IsiZulu Sethu Gr 7 Incwadi Yomfundi

R188.00

lsiZulu Sethu siwuchungechunge (series) lwezincwadi ezihlelelwe amabanga 7, 8 no 9. Zintathu izincwadi kulelo nalelo banga: lncwadi yoMfundi, incwadi Yokufunda nencwadi kaThisha. Zontathu lezi zincwadi zibhalwe zahambisana nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola (CAPS). Nakuba lezi kuyizincwadi zolimi, kepha zibhalwe ngendlela yokuba zisabalalele nakwezinye izifundo nemikhakha eyehlukene ethinta impilo yomfundi. Ngaleyo ndlela umfundi akagcini nje ngokuzuza amakhono olimi kodwa uzuza namanye amakhono amaningi ayomenza ukuba akwazi ukuziphilisa futhi aphilisane kahle nabanye abantu.

4 in stock (can be backordered)

SKU: 9781920605568 Category: